"abakuzondayo"
6 occurrences in ZUL
ngokubathanda abakuzondayo nangokubazonda abakuthandayo . Ngokuba umemezele namuhla ukuthi izikhulu nezinceku azilutho kuwe, lokhu ngibona namuhla ukuthi uma ebephilile u -Abisalomu thina sonke besifile namuhla , ngabe kulungile emehlweni akho.
Jehova, angibazondi abakuzondayo na? Anginengwa ngabakuvukelayo na?
Isandla sakho siyakufumana zonke izitha zakho ; esokunene sakho siyakubafumana abakuzondayo.
UJehova uyakususa kuwe zonke izifo , angabeki kuwe izifo ezimbi zaseGibithe ozaziyo, kepha azifake phezu kwabo bonke abakuzondayo.
Abakuzondayo bayakwembeswa amahloni; itende lababi aliyobe lisabakho.
Kwathi ekusukeni komphongolo uMose washo wathi : Vuka, Jehova; mazihlakazeke izitha zakho; abakuzondayo mababaleke ebusweni bakho.