"abamlalelanga"
3 occurrences in ZUL
U-Eksodusi 16:20
Kodwa abamlalelanga uMose ; abanye kubo bashiya okunye kwaze kwasa , kwazala izimpethu, kwanuka, uMose waze wabathukuthelela.
U-Eksodusi 6:9
UMose wakhuluma -ke kanjalo kubo abantwana bakwa -Israyeli; kepha abamlalelanga uMose ngenxa yenhliziyo encane nemisebenzi esindayo.
UHoseya 9:17
UNkulunkulu wami uyakubalahla , ngokuba abamlalelanga , babe ngabazulazulayo phakathi kwabezizwe.