Skip to Content

"abangizondayo"

8 occurrences in ZUL

2 uSamuweli 22:18

Wangophula esitheni sam i esinamandla nakubo abangizondayo, ngokuba base bengahlulile.

AmaHubo 118:7

UJehova ungakimi ekanye nabangisizayo; ngalokho ngiyakubabuka bephansi abangizondayo.

AmaHubo 18:17

Wangophula esitheni sami esinamandl a nakubo abangizondayo, ngokuba base bengahlulile.

AmaHubo 41:7

Bonke abangizondayo banyenyezelana ngami: bangisongozela okubi, bathi:

AmaHubo 69:14

Ngikhiphe odakeni , mangingashoni; mangisindiswe kubo abangizondayo , nasemanzini alutwa.

AmaHubo 86:17

Ngenzele isiboniselo sokuhle , ukuze abangizondayo babone , bajabhe, ngokuba wena Jehova uyangisiza, uyangiduduza.

IzAga 8:36

Ongangifumani uyona umphefumulo wakhe ; bonke abangizondayo bathanda ukufa.

UDuteronomi 32:41

uma ngilola inkemba yami ebenyezelayo , nesandla sami sibambelela ekwahluleleni, ngiyakubuyisela impindiselo kwabamelene nami , ngibaphindisele abangizondayo.