Skip to Content

"abokuqala"

6 occurrences in ZUL

2 iziKronike 22:1

Abakhileyo eJerusalema babeka u -Ahaziya indodana yakhe encane inkosi esikhundleni sakhe , ngokuba iviyo lababefike ekamu nabase -Arabiya lalibulele bonke abokuqala. Wayesebusa-ke u-Ahaziya indodana kaJehoramu inkosi yakwaJuda.

NgokukaLuka 13:30

Bhekani, bakhona ab okugcina abayakuba ngabokuqala ; bakhona abokuqala abayakuba ngabokugcina. UJesu uyalikhalela iJerusalema

NgokukaMarku 10:31

Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina , nabokugcina babe ngabokuqala. UJesu ukhuluma futhi ngokufa nokuvuka kwakhe (Math. 20:17; Luk. 18:31)

NgokukaMathewu 19:30

Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina , nabokugcina babe ngabokuqala.

NgokukaMathewu 20:10

Sekuza abokuqala, bathi bazakwamukela okukhulu ; kepha nabo bamukela udenariyu ngabanye.

UNehemiya 7:7

abafika noZerubabele , noJeshuwa, noNehemiya, no-Azariya, noRahamiya, noNahamani, noMoridekayi, noBilishani, noMisipereti, noBigivayi, noNehumi, noBahana. Abokuqala ababuya eBabele Umumo wamadoda abantu bakwa-Israyeli nanku: