"azalelwa"
7 occurrences in ZUL
Laba babe ngamadodana kaDavide azalelwa wona eHebroni : izibulo ngu - Amnoni ku -Ahinohama umHizreyelikazi; owesibili nguDaniyeli ku -Abigayili umKarmelikazi;
Yilaba azalelwa bona eJerusalema : ngoShimeya, noShobabi, noNathani, noSolomoni, bebane, kuBati Shuwa indodakazi ka-Amiyeli,
eyesithupha yayingu -Itereyamu ku -Egila umkaDavide . Lawo azalelwa uDavide eHebroni. Ukuvumelana kukaDavide no-Abineri. U-Abineri ubulawa nguJowabe
Ngiyakubala uRahabi neBab ele kulabo abangaziyo ; yebo, iFilistiya neThire kanye neKushe azalelwa khona.
u-Oholibama wazala oJewushe, noJalamu, noKora; lawo angamadodana ka- Esawu azalelwa wona ezweni laseKhanani.
Yilawo angamadodana kaRahel i azalelwa wona uJakobe ; bonke abantu babe yishumi nane.
Amadodana kaJosefa azalelwa wona eGibithe ayengabantu ababili ; bonke abantu bendlu kaJakobe abeza eGibithe babe ngamashumi ayisikhombisa. UJakobe uhlangana noJosefa