"bababamba"
4 occurrences in ZUL
1 AmaKhosi 18:40
U-Eliya wathi kubo : Bambani abaprofethi baka Bali, kungabaleki noyedwa kubo. Bababamba, u-Eliya wabehlisela emfudlaneni iKishoni , wababulala khona.
IzEnzo 16:19
Kwathi abaniniyo sebebonile ukuthi ithemba lenzuzo yabo limukile, bababamba oPawulu noSila, babahudulela esigcawini phambi kwababusi,
IzEnzo 4:3
bababamba, babafaka etilongweni kwaze kw aba kusasa, ngokuba kwase kuhlwile.
UJeremiya 50:33
Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: Abantwana bakwa-Israyeli nabantwana bakwaJuda bacindezelwe kanyekanye; bonke ababathumbileyo bababamba , abavumi ukuba bahambe.