Skip to Content

"bacindezela"

4 occurrences in ZUL

AbAhluleli 10:8

Bakhathaza, bacindezela abantwana bakwa -Israyeli ngalowo mnyaka ; iminyaka eyishumi nesishiyagalombili babacinde zela bonke abantwana bakwa-Israyeli ababengaphesheya kweJordani ezweni lama -Amori elikwaGileyadi.

UHezekeli 22:7

Bathukile kuwe uyise nonina, bacindezela abezizwe phakathi kwakho, bona phakathi kwakho izintandane nabafelokazi.

UHezekeli 23:8

Kepha akashiyanga ubufebe bakhe baseGibithe , ngokuba balala naye ebusheni bakhe, bacindezela izingono zobuntombi bakhe , bathulula ubufebe babo phezu kwakhe.

UMika 2:2

Bafisa amasimu , bawadluzule, nezindlu, bazisuse; bacindezela indoda nendlu yayo, umuntu nefa lakhe.