"bathula"
12 occurrences in ZUL
Kepha abantu bathula, abamphendulanga ngazwi, ngokuba umyalo wenkosi wathi: Ningamphenduli.
Kwathiwa kumaGaza : USamsoni ufikile lapha . Bamhaqa, bamqamekela ubusuku bonke esangweni lomuzi ; bathula ubusuku bonke , bathi: Makube sekukhanyeni kokusa; khona siyakumbulala.
Bathi ukuzwa lokho , bathula, badumisa uNkulunkulu , bathi: Kanti uNkulunkulu unike nabezizwe ukuphendukela ekuphileni. Amakholwa ase-Antiyokiya athiwa amaKristu
Kwathi bemuzwa ekhuluma kubo ngolimi lwesiHeberu , bathula bathi du . Wayesethi:
Kepha bathula. Wayesemphatha, wamphulukisa, wammukisa.
Abaze baba namandla ukumhila ngezwi lakhe phambi kwabantu ; bamangala ngokuphendula kwakhe, bathula. Ukuvuka kwabafileyo (Math. 23:23; Mark. 12:13)
Kwathi livela izwi , uJesu wafunyanwa eyedwa . Bathula bona , ngaleyo mihla kabatshelanga muntu neyodwa yalezo zinto abazibonileyo. Ukuphulukiswa komfana onesithuthwane (Math. 17:14; Mark. 9:14)
Wayesethi kubo: Kuvunyelwe ngesabatha ukwenza okuhle noma okubi yini , ukusindisa umuntu noma ukumbulala na? Kepha bathula.
Kepha bathula, ngokuba bebekhulumisene endleleni ngokuthi ngubani omkhulu.
Kepha bathula, abamphendulanga ngazwi, ngokuba umyalo wenkosi wathi: Ningamphenduli.
Abantu bangilalela belinda; bathula ngesiluleko sami.
Ngathi kubo : Thina njengamandla esinawo sihlengile abafowethu abaJuda ababethengiselwe abezizwe ; seniyakuthengisa ngabafowenu , bathengiselwe kithi, na? Bathula, abafumananga zwi.