"bayakuqedwa"
4 occurrences in ZUL
U-Isaya 1:28
Izihlubuki nezoni ziyakubhujiswa kanyekanye , nabamshiyayo uJehova bayakuqedwa.
UNahume 1:10
Lapho bethandela njengameva , benjengabaminzileyo ophuzweni lwabo , bayakuqedwa nokuqedwa njengamabibi omileyo.
UNahume 1:12
Usho kanje uJehova , uthi: Noma benamandla , futhi bebaningi , nokho bayakuqedwa, banyamalale; noma ngikuhluphile, angisayikukuhlupha.
UNumeri 14:35
Mina Jehova ngikh ulumile; ngiyakwenza lokho ngempela kuyo yonke le nhlangano embi engihlanganyeleyo; kuleli hlane bayakuqedwa, bafele khona.