Skip to Content

"belele"

6 occurrences in ZUL

NgokukaLuka 22:45

Esesukume ekukhulekeni weza kubafundi bakhe , wabafumana belele ngokudabuka.

NgokukaMarku 14:37

Wayeseza, wabafumana belele ; wathi kuPetru : Simoni, ulele na ? Ubungelinde ihora libe linye na?

NgokukaMarku 14:40

Esebuya futhi wabafumana belele, ngokuba amehlo abo ayenzima ; babengazi ukuthi bazakumphendula ngokuthini.

NgokukaMathewu 26:40

Wayeseza kubafundi , wabafumana belele ; wathi kuPetru : Kanti beningelinde nami ihora libe linye na?

NgokukaMathewu 26:43

Esebuya futhi wabafumana belele, ngokuba amehlo abo ayenzima.

UmShumayeli 4:11

Futhi uma ababili belele ndawonye , banokufudumala, kepha oyedwa angafudumala kanjani na?