Skip to Content

"bendawo"

6 occurrences in ZUL

AmaHubo 116:3

Izintambo zokufa zangizungeza, nobuhlungu bendawo yabafileyo bangibamba; ngafumana ukuhlupheka nosizi.

U-Ezra 1:4

Bonke abaseleyo, nakuziphi izindawo lapho begogobele khona , mabasizwe ngabantu bendawo yabo ngesiliva, nangegolide, nangempahla, nangezinkomo kanye nomnikelo wesihle wendlu kaNkulunkulu eseJerusalema.

UGenesise 38:21

Wayesebuza abantu bendawo yakhe , wathi: Siphi isi febe esasise -Enayimi ngasendleleni na? Bathi: Akuzange kube khona isifebe lapha.

UGenesise 38:22

Wayesebuyela kuJuda , ethi: Angisifumananga; nabantu bendawo bathi : Akuzange kube khona isifebe lapha.

UHezekeli 41:11

Iminyango yamakamelo ezinhlangothi yayibheke endaweni eseleyo, omunye umnyango ngasenyakatho nomunye umnyango ngaseningizimu ; ububanzi bendawo eseleyo babuyizingalo eziyisihlanu nxazonke.

UHezekeli 41:21

Ithempeli-ke, izinsika zomnyango zazinezinhlangothi ezine , nobuso bendawo engcwelengcwele, isimo sabo sasinjengesimo sethempeli.