"beningazi"
5 occurrences in ZUL
2 uSamuweli 11:20
kuyakuthi uma kuvuka intukuthelo yenkosi , ithi kuwe : Nisondeleleni kangako emzini ukulwa na ? Beningazi yini ukuthi bebeyakucibishela besogangeni na?
NgokukaJohane 14:7
Uma beningazi mina , beniyakumazi noBaba ; kusukela manje niyamazi , nimbonile.
NgokukaJohane 8:19
Base bethi kuye: Uphi uyihlo na? UJesu waphendula ngokuthi: Anazi nami naBaba; uma beningazi mina, nga nimazi noBaba.
NgokukaLuka 2:49
Wathi kubo: Kukanjani, beningifunelani na? Beningazi yini ukuthi kumelwe ukuba ngibe kokukaBaba na?
UGenesise 44:15
UJosefa wayesethi kubo : Isenzo sini lesi enisenzileyo na ? Beningazi yini ukuthi umuntu onjengami angabhula nokubhula na?