Skip to Content

"ekubhujisweni"

8 occurrences in ZUL

2 kaPetru 2:12

Kepha laba behlambalaza , benjengezidalwa ezingenangqondo , ngemvelo zizalelwe ukubanjwa nokubhujiswa, nabo bazakubhujiswa ekubhujisweni kwazo, behlambalaza abangakwaziyo,

AmaHubo 103:4

okhulula ukuphila kwakho ekubhujisweni , okuqhelisa ngomusa nangobubele;

IsAmbulo 17:11

Nesilo esasikhona , kepha esingasekho , singesesishiyagalombili, sikuwo ayisikhombisa, siya ekubhujisweni.

IsAmbulo 17:8

Isilo owasibonayo sasikhona , asisekho; kepha sesizakwenyuka , siphuma kwalasha, siye ekubhujisweni; nabakhileyo emhlabeni bayakumangala , labo abamagama abo angalotshwanga encwadini yokuphila , selokhu kwasekelwa izwe, nxa bebona isilo ukuthi sasikhona , kepha asisekho , kanti sizakuba khona.

KumaHeberu 10:39

Kepha thina asisibo abokuhlehlela ekubhujisweni, kodwa singabokukholwa, kuze kube ngukusindiswa komphefumulo.

NgokukaMathewu 7:13

Ngenani ngesango elincane; ngokuba isango libanzi nendlela inkulu eyisa ekubhujisweni; baningi abangena khona.

UJobe 33:18

unqanda umphefumulo wakhe ekubhujisweni , nokuphila kwakhe ukuba kungachithwa ngomkhonto.

UNumeri 24:24

Imikhumbi iyakuvela ogwini lwaseKitimi , imhluphe u-Ashuri, imhluphe u- Ebere, naye aye ekubhujisweni.