"ekusweleni"
4 occurrences in ZUL
1 kwabaseThesalonika 3:7
ngalokho, bazalwane, saduduzeka ngani ngokukholwa kwenu ekusweleni nasosizini lwethu lonke,
2 kwabaseKorinte 8:14
ukuze kuthi ngalesi sikhathi inala yenu isize bona ekusweleni kwabo ukuba nenala yabo isize nina ekusweleni kwenu, kube khona ukulingana,
KwabaseFilipi 2:25
Kodwa ngibone ukuthi kudingekile ukuba ngithume kinina u-Ephafrodithu, umzalwane nesisebenzi nebutho kanye nami , nesithunywa senu , isikhonzi ekusweleni kwami,
KwabaseRoma 12:13
hlanganyelani nabangcwele ekusweleni kwabo , nikhuthalele ukungenisa izihambi.