"elimhlophe"
9 occurrences in ZUL
Ngase ngibona; bheka, nanto ifu elimhlophe, naphezu kwefu kuhlezi ofana nendodana yomuntu enomqhele wegolide ekhanda lakhe nasesandleni sakhe enesikela elibukhali.
impahla yegolide neyesiliva , namatshe anenani , namaparele, nelineni elicolekileyo, nokububende, nosilika, nokubomvu, kanye nemithi yonke enamakha, nezitsha zonke zamazinyo endlovu , nezitsha zonke zomuthi onenani elikhulu, nezethusi, nezensimbi, nezetshe elimhlophe,
Ngase ngibona izulu livulekile ; bheka, nanto ihhash i elimhlophe nohlezi phezu kwalo obizwa ngokuthi oThembekileyo noQinisileyo ; uyahlulela, alwe ngokulunga.
Izimpi zasezulwini zamlandela zikhwele amahhashi amhlophe , zembethe ilineni elicolekileyo, elimhlophe nelihlanzekileyo.
Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni . Onqobayo ngiyakumnika okwemana elifihliweyo , ngimuphe itshe elimhlophe , nasetsheni kulotshiwe iga ma elisha elingaziwa muntu , ngolamukelayo kuphela.
Ngabona, bheka, nanto ihhashi elimhlophe , nohlezi phezu kwalo ephethe umnsalo wanikwa umqhele, waphuma engonqobayo nokuyakunqoba.
Imilenze yakhe iyizinsika zetshe elimhlophe ezisekelwe ezinyaweni zegolide elihle; ukubukeka kwakhe kunjengeLebanoni, kukhethekile njengemisedari.
umpristi abheke; bheka, uma kukhona idunguza elimhlophe esikhumben i, liphendulile uboya baba mhlophe , nanxa kukhona inyama ebomvu edunguzeni,
kube yidunguza elimhlophe endaweni yethumba noma ibala elikhanyayo , limhlophe libomvana, khona kuyakuboniswa umpristi,