Skip to Content

"elkana"

21 occurrences in ZUL

1 iziKronike 12:6

no-Elkana, noJishiya, no-Azareli, noJohezeri, noJashobehamu, amaKora,

1 iziKronike 15:23

OBerekiya no-Elkana babe ngabalindisango bomphongolo.

1 iziKronike 6:23

no-Elkana indodana yakhe, no-Ebiyasafa indodana yakhe, no-Asiri indodana yakhe,

1 iziKronike 6:25

Amadodana ka-Elkana: ngo-Amasayi no-Ahimoti.

1 iziKronike 6:26

U-Elkana-ke, amadodana ka -Elkana: nguSofayi indodana yakhe , noNahati indodana yakhe,

1 iziKronike 6:27

no-Eliyabe indodana yakhe , noJerohamu in dodana yakhe , no-Elkana indodana yakhe.

1 iziKronike 6:34

ka-Elkana kaJerohamu ka-Eliyeli kaThowa

1 iziKronike 6:35

kaSufi ka-Elkana kaMahati ka-Amasayi

1 iziKronike 6:36

ka-Elkana kaJoweli ka-Azariya kaZefaniya

1 iziKronike 9:16

no-Obadiya kaShemaya kaGalali kaJeduthuni, noBerekiya ka-Asa ka-Elkana owahlala emizaneni yamaNethofa,

1 uSamuweli 1:1

Kwakukhona umuntu waseRamatayimi Sofimu lasezintabeni zakwa- Efrayimi ogama lakhe lalingu-Elkana indodana kaJerohamu ka-Elihu kaTholu kaSufi wakwa-Efrayimi;

1 uSamuweli 1:19

Bavuka ekuseni kakhulu , bakhuleka phambi kukaJehova , babuya, bafika endlini yabo eRama ; u-Elkana wamazi uHana umkakhe , uJehova wamkhumbula.

1 uSamuweli 1:21

Lowo muntu u-Elkana wenyuka kanye nendlu yakhe ukuyonikela kuJehova umhlatshelo weminyaka nesithembiso sakhe.

1 uSamuweli 1:23

Wayesethi u -Elkana umyeni wakhe kuye : Yenza okuhle emehlweni akho ; hlala uze umlumule ; uJehova makaqinise izwi lakhe kuphela . Owesifazane wayesehlala, wancelisa indodana yakhe waze wayilumula.

1 uSamuweli 1:4

Kwathi ngosuku u -Elkana ahlaba ngalo , wanika uPhenina umkakhe nawo onke amadodana akhe namadodakazi akhe izabelo;

1 uSamuweli 1:7

Kwathi ukuba u -Elkana enze njalo iminyaka ngeminyaka , lapho enyukela endlini kaJehova , wamncokoloza kanjalo ; ngalokho wakhala , akadlanga lutho.

1 uSamuweli 1:8

Wayesethi u -Elkana umyeni wakhe kuye : Hana, ukhalelani na ? Awudli ngani? Inhliziyo yakho idabukeleni na ? Angidluli yini amadodana ayishumi kuwe na?

1 uSamuweli 2:11

U-Elkana waya eRama endlini yakhe . Umntwana wakhonza uJehova phambi kuka-Eli umpristi. Ububi bamadodana ka-Eli

1 uSamuweli 2:20

U-Eli wabusisa u -Elkana nomkakhe , wathi: UJehova makakunike inzalo ngalo wesifazane ngenxa yalokho uJehova atshelekwa khona . Base bebuyela ekhaya.

2 iziKronike 28:7

UZikiri, iqhawe lakwa-Efrayimi, wabulala uMahaseya, indodana yenkosi, no- Azirikamu umbusi wendlu, no-Elkana owelama inkosi.

U-Eksodusi 6:24

Amadodana kaKora: ngo-Asiri, no-Elkana, no-Abiyasafa; yile imindeni kaKora.