Skip to Content

"emafasiteleni"

4 occurrences in ZUL

IsiHlabelelo seziHlabelelo 2:9

Othandiweyo wami unjengensephe noma njengesixhumu sendluzele; bheka, umi emva kodonga lwakwethu ; uyalunguza emafasiteleni , ubonakala ngaseheleni.

UJeremiya 9:21

Ngokuba ukufa kwenyukele emafasiteleni ethu , kungene ezindlini zethu zamakhosi ukunquma abantwana ezitaladini, nezinsizwa ezigcawini.

UZefaniya 2:14

Imihlambi iyakubuthisa phakathi kwalo , zonke izilwane zesizwe , ivuba nonondwebu kuhlale ebusuku ezihlokweni zezinsika zalo , isikhova sikhale emafasiteleni, kube khona incithakalo emigulugulwini , ngokuba wambulile okwemisedari.

UmShumayeli 12:3

ngalolo suku lapho abalindi bendlu beyakuthuthumela , amadoda anamandla agobe , abasilikazi bayeke ngokuba beyingcosana , abalunguza emafasiteleni bafiphazelwe,