Skip to Content

"emagumbini"

15 occurrences in ZUL

1 AmaKhosi 7:34

Kwakukhona amahlombe okuthwala emagumbini omane aleso naleso sinqe, izingalo zihlangene nesinqe.

2 iziKronike 28:24

U-Ahazi waqoqa izinto zendlu kaNkulunkulu , wazihlahlela izinto zendlu kaNkulunkulu, wavala izivalo zendlu kaJeh ova, wazenzela ama -altare emagumbini onke aseJerusalema.

IsAmbulo 7:1

Emva kwalokho ngabona izingelosi ezine zimi emagumbini omane omhlaba, zibamba imimoya emine yomhlaba , ukuze kungavunguzi moya emhlabeni , naselwandle, nakowodwa umuthi.

IzAga 7:12

manje usemigwaqweni, nangu usezigcawini, uqamekela emagumbini onke.

U-Eksodusi 25:26

Ulenzele amasongo amane ngegolide , uwafake amasongo emagumbini omane asezinyaweni zalo zozine.

U-Eksodusi 27:2

Uyakwenza izimpondo zalo emagumbini alo omane , izimpondo zalo zibe kunye nalo, ulinameke ngethusi.

U-Eksodusi 36:29

Ayemabili phansi, kanjalo aphelela aze afika phezulu esongweni lokuqala ; wenze njalo kuwo omabili emagumbini omabili.

U-Eksodusi 37:13

Walukhandela amasongo amane egolide , wawafaka amasongo emagumbini omane asezinyaweni zalo zozine.

U-Eksodusi 38:2

Wazenza izimpondo zalo emagumbini alo omane , izimpondo zalo zazikunye nalo; walinameka ngethusi.

U-Isaya 11:12

Iyakuphakamisela abezizwe ibhandela , ibuthe abaxoshiweyo bakwa - Israyeli, iqoqe abahlakazekileyo bakwaJuda emagumbini omane omhlaba.

U-Isaya 41:9

wena engikuthathile emikhawulweni yomhlaba , ngakubiza emagumbini awo, ngathi kuwe: Wena uyinceku yami, ngikukhethile, angikulahlanga;

UHezekeli 7:2

Wena ndodana yomuntu , isho kanje iNkosi uJehova kulo izwe lakwa - Israyeli, ithi: Ukuphela! Ukuphela kufikile emagumbini omane ezwe.

UJobe 37:3

Uyakukhipha phansi kwalo lonke izulu , nonyazi lwakhe luya emagumbini omhlaba.

ULevitikusi 19:9

Nxa nivuna isivuno sezwe lakini , awuyikuvuna ngokupheleleyo emagumbini ensimu yakho, ungakhothozi umkhothozo wesivuno sakho.

ULevitikusi 23:22

Nxa nivuna isivuno sezwe lakini , awuyikuvuna ngokupheleleyo emagumbini ensimu yakho , ungakhothozi umkhothozo wesivuno sakho ; uwushiyele abampofu nabafokazi; nginguJehova uNkulunkulu wakho.