"emaketangeni"
3 occurrences in ZUL
2 iziKronike 3:16
Wenza amaketanga egumbini , wawabeka ezihlokweni zezinsika ; wenza amapomegranati ayikhulu, wawabeka emaketangeni.
2 uSamuweli 3:34
Izandla zakho zazingaboshiwe , nezinyawo zakho zazingafakwanga emaketangeni; wawa njengomuntu owayo phambi kwabantu ababi . Bonke abantu baphinda bemkhalela.
UJeremiya 40:4
Bheka, manje sengiyakukhulula namuhla emaketangeni asezandleni zakho . Uma kukuhle emehlweni akho ukuya nami eBabele , woza ngiyakukubheka; kepha uma kukubi emehlweni akho ukuya nami eBabele , kuyeke; bheka, izwe lonke lisebusweni bakho ; lapho kukuhle nalapho kulungile emehlweni akho ukuya khona, yiya lapho.