"emigwaqweni"
4 occurrences in ZUL
IzAga 1:20
Ukuhlakanipha kuyamemeza emigwaqweni , kuyezwakalisa izwi lakho ezigcawini;
IzEnzo 5:15
ngangokuba bakhiphela phandle emigwaqweni abagulayo , bababeka emacansini nasezinhlakeni, kuze kuthi lapho eza uPetru, isithunzi nje sakhe sisithibeze abanye kubo.
NgokukaLuka 13:26
Lapho-ke niyakuqala ukuthi : S asidla, siphuza phambi kwakho , wawufundisa emigwaqweni yakithi.
NgokukaLuka 14:21
Isibuyile inceku yabika lokho enkosini yayo . Khona umninindlu wathukuthela, wathi encekwini yakhe : Khawuleza, uye emigwaqweni nasemingcingweni yomuzi , ungenise lapha abampofu , nezilima, nezimpumputhe, nezinyonga.