"eseduze"
6 occurrences in ZUL
Abahlakaniphileyo bayabekelela ukwazi , kepha umlomo wesiwula uyincithakalo eseduze.
Khona babuyela eJerusalema bevela entabeni ethiwa eyemiNqumo eseduze neJerusalema, ibanga lohambo lwesabatha.
Wathi kubo : Masiye kwezinye izindawo emizaneni eseduze ukuba ngishumayele nakhona; ngokuba ngiphumele khona lokho.
Kwathi uFaro esebavumele abantu ukuba bahambe , uNkulunkulu akabaholanga ngendlela yasezweni lamaFilisti , noma kwakuyiyona eseduze ; ngokuba uNkulunkulu wathi: Funa mhlawumbe abantu bazisole, nxa bebona impi, babuyele eGibithe.
neKeriyote, neBosira, nemizi yonke yezwe lakwaMowab i ekude noma eseduze.
nodadewabo, intombi eseduze naye, engenandoda; angazingcolisa ngaye.