"ezidlulileyo"
4 occurrences in ZUL
2 uSamuweli 3:17
U-Abineri waba nezwi namalunga akwa -Israyeli, ethi: Ngezikhathi ezidlulileyo nafuna uDavide abe yinkosi phezu kwenu;
IzEnzo 14:16
othe ngezizukulwane ezidlulileyo way eka izizwe zonke zihambe ngezindlela zazo.
U-Isaya 58:12
Abavela kuwe bayakwakha izincithakalo ezindala , ubuye wakhe izisekelo zezizukulwane ezidlulileyo , ubizwe ngokuthi uMvalisikhal a noMlungisi wemikhondo ukuba kuhlalwe khona.
UDuteronomi 4:32
Ngokuba ake ubuze izinsuku ezidlulileyo ezaziphambi kwakho , kusukela osukwini uNkulunkulu adala n galo umuntu emhlabeni , kusukela kolunye uhlangothi lwezulu kuze kufike kolunye , uma kwake kwaba khona into engaka nokuba kwake kwezwakala okungangayo na?