"ezinamandla"
9 occurrences in ZUL
kodwa izinto zobuwula zezwe uNkulunkulu uzikhethile ukuba aj abhise abahlakaniphileyo; nezinto ezibuthakathaka zezwe uNkulunkulu uzikhethile ukuba ajabhise izinto ezinamandla;
Emva kwalokho wakha ugange olungaphandle komuzi kaDavide ngasentshonalanga kwaseGihoni esigodini kuze kube sekungeneni kweSango Lezinhlanzi; walihaqa i -Ofeli, waliphakamisa kakhulu ; wabeka izinduna ezinamandla emizini yonke ebiyelweyo yakwaJuda.
Izinkunzi eziningi zingibunganyele, ezinamandla zaseBashani zingizungezile.
Wawunezingatsha ezinamandla ezaba yizintonga zababusayo ; isiqu sawo sasiphakeme phakathi kwamaqabunga amaningi , waze wabonakala phezulu phakathi kwamahlumela awo amaningi.
Izinyathelo zakhe ezinamandla ziyakufinyezwa ; amasu akhe ayamlahla phansi.
Ngokuba uthi eqhweni : Khithika emhlabeni ; kanjalo nasesihlambini semvula, yebo, ezihlambini zemvula zakhe ezinamandla.
Ngokuba uJehova uxoshile ngaphambi kwenu izizwe ezinkulu ezinamandla, kepha nina, akukho muntu omile phambi kwenu kuze kube namuhla.
Uyakwahlulela phakathi kwezizwe eziningi , anqume phakathi kwezi zwe ezinamandla ezikude ; ziyakukhanda iz inkemba zazo zibe ngamakhuba , imikhonto yazo ibe ngocelemba ; isizwe asiyikuphakamisela isizwe inkemba , zingabe zisafuna ukulwa.
Kuyakufika abantu abaningi nezizwe ezinamandla ukufuna uJehova Sebawoti eJerusalema nokunxusa ebusweni bukaJehova.