"ezinhlangeni"
3 occurrences in ZUL
UDuteronomi 16:9
Wozibalela amasonto ayisikhombisa ; kusukela esikhathini oqala ngaso ukubeka isikela ezinhlangeni zamabele woqala ukubala amasonto ayisikhombisa.
UDuteronomi 23:25
Lapho ungena ezinhlangeni zamabele omakhelwane wakho , ungazikha izikhwebu ngesandla sakho , kepha ungabeki isikela ezinhlangeni zamabele omakhelwane wakho.
UJoshuwa 2:6
Kepha wayewenyusele ophahleni , wawashumeka ezinhlangeni zefilakisi abezihlelile ophahleni.