"gcinani"
7 occurrences in ZUL
Gcinani isabatha , ngokuba lingcwele kini ; yilowo nalowo olo nayo uyakubulawa nokubulawa , ngokuba osebenza umsebenzi ngalo uyakunqunywa kubantu bakubo.
Usho kanje uJehova , uthi: Gcinani ukwahlulela, nenze ukulunga, ngokuba insindiso yami iseduze ukuba ifike, nokulunga kwami ukuba kwambulwe.
UMose namalunga akwa -Israyeli bayala abantu , bathi: Gcinani yonke imiyalo esiniyala ngayo namuhla.
Ngalokho gcinani amazwi alesi sivumelwano , niwenze ukuba niphumelele kukho konke enikwenzayo.
Gcinani kahle imiphefumulo yenu, lokhu ningabonanga simo ngalolo suku uJehova akhuluma ngalo kini eHorebe ephakathi komlilo,
Gcinani izimiso zami nezahlulel o zami , ningenzi nesisodwa salezo zinengiso, noma owokuzalwa ekhaya noma umfokazi ogogobeleyo phakathi kwenu
Ngalokho gcinani isiyalezo sami ukuba ningenzi nalinye lalawo masiko anengekayo, ayenziwa ngaphambi kwenu , ningazingcolisi ngawo ; nginguJehova uNkulunkulu wenu.