Skip to Content

"ikishoni"

5 occurrences in ZUL

1 AmaKhosi 18:40

U-Eliya wathi kubo : Bambani abaprofethi baka Bali, kungabaleki noyedwa kubo. Bababamba, u-Eliya wabehlisela emfudlaneni iKishoni , wababulala khona.

AbAhluleli 4:13

USisera wayesebutha zonke izinqola zakhe , izinqola ezingamakhulu ayisishiyagalolunye zensimbi, nabantu bonke ababenaye, kusukela eHarosheti labezizwe kuze kube semfudlaneni iKishoni.

AbAhluleli 4:7

Ngiyakusondeza kuwe emfudlaneni iKishoni uSisera induna yempi kaJabini , nezinqola zakhe, nesixuku sakhe, ngimnikele esandleni sakho.

AbAhluleli 5:21

Umfudlana iKishoni wabakhukhula , umfudlana wamandulo , umfudlana iKishoni. Awu, mphefumulo wami, nyathela ngamandla.

AmaHubo 83:9

Yenza kubo njengakuMidiyani , nakuSisera, nakuJabini ngasemfuleni iKishoni,