"imilomo"
11 occurrences in ZUL
Kepha ngiyakushiya kwa -Israyeli izinkulungwane eziyisikhombisa , onke amadolo anganguqanga kuBali nayo yonke imilomo engamanganga.
Bonke abangibonayo bayangiklolodela , baphukule imilomo , banikine amakhanda,
Zonke izitha zethu zisikhamisele imilomo yazo.
Inhliziyo yolun gileyo iyacabanga ukuphendula , kepha imilomo yababi iyaphafuza izinto ezimbi.
abathi ngokukholwa banqoba imibuso , basebenza ukulunga , bazuza izithembiso, bavimba imilomo yezingonyama,
Kepha siyazi ukuthi lokhu okushoyo umthetho ukukhuluma kubo abasemthethweni ukuba yonke imilomo ivinjwe , izwe lonke libe necala kuNkulunkulu,
kanjalo iyakwethusa izizwe eziningi; amakhosi ayakuvala imilomo yawo ngenxa yayo, ngokuba lokho angatshelwanga khona ayakukubona , nalokho angakuzwanga ayakukuqonda.
Ngalokho iNkosi ayithokozi ngezinsizwa zabo , ayihawukeli izintandane nabafelokazi babo, ngokuba bonke bangabangenaNkulunkulu nabenza okubi, nayo yonke imilomo ikhuluma ubuwula ; kukho konke lokhu intukuthelo yakhe ayibuyi, isandla sakhe siseluliwe.
UNkulunkulu uthumil e ingelosi yakhe , wavimba imilomo yezingonyama, azingilimazanga, ngokuba kwafunyanwa kimi ukungabi nacala phambi kwakhe; naphambi kwakho, nkosi, angenzanga okubi.
Bangikhamisela imilomo yabo , bangimukula e sihlathini ngenhlamba , bangihlanganyela.
Bangilindela njengemvula; bangikhamisela imilomo yab o njengokukhamisela imvula yamuva.