Skip to Content

"impuphu"

27 occurrences in ZUL

1 AmaKhosi 17:7

Kwathi ekupheleni kwezinsuku umfudlana washa , ngokuba yayingekho imvula ezweni. U-Eliya uyandisa impuphu namafutha

1 uSamuweli 28:24

Owesifazane wayenethole elikhuluphalisiweyo endlini ; washesha walibulala; wathatha impuphu , wayixova, wenza isinkwa esingenamvubelo ngayo,

2 AmaKhosi 4:41

Kepha wathi : Lethani impuphu . Wayiphonsa ekhanzini , wathi: Thululela abantu ukuba badle. Kwakungasekho okubi ekhanzini. U-Elisha usuthisa abantu abayikhulu

U-Isaya 47:2

Thatha amatshe okugaya , ugaye impuphu , uyisuse imvakazi yakho , uwukhumule umhushuzo wakho, wambule umlenze, uwele imifula.

UHezekeli 16:13

Wawusuhlotshisiwe ngegolide nangesiliva , isambatho sakho sasiyileneni elicolekileyo, nosilika, nemifekethiso; wadla impuphu ecolekileyo, nezinyosi, namafutha; wawumuhle kakhulu impela , wahlahlamela, waze wathola ubukhosikazi.

UHezekeli 16:19

Nesinkwa sami engangikunike sona , impuphu ecolekileyo , namafutha, nezinyosi engangikudlise khona , wakubeka phambi kwazo , kwaba yiphunga elimnandi; kwaba njalo, isho iNkosi uJehova.

UHezekeli 46:14

Uyakuwulungisela umnikelo wempuphu ekuseni njalo , inxenye yesithupha ye-efa nenxenye yesithathu yehini lamafutha ukugcoba impuphu ecolekileyo, kube ngumnikelo wempuphu kuJehova njalonjalo ngesimiso esiphakade.

UHoseya 8:7

Ngokuba bahlwanyele umoya , bayakuvuna isivunguvungu ; izele alinahlumela, alivezi impuphu; uma liyiveza, iyakuqedwa ngabafokazi.

ULevitikusi 24:5

Wothabatha impuphu ecolekileyo , upheke ngayo amaqebelengwane ayishumi nambili, iqebelengwane linye libe nokweshumi okubili.

ULevitikusi 6:15

Makucashunwe kuwo ngokhweshe impuphu ecolekileyo yomnikelo wempuphu namafutha awo , nayo yonke inhlaka ephezu komnikelo wempuphu, akushise e -altare kube yisikhumbuzo sawo , kube yiphunga elimnandi kuJehova.

UNumeri 28:20

kanye nomnikelo wazo wempuphu , impuphu ecolekileyo exovwe namafutha, ninikele ngokweshumi okuthathu ngenkunzi nangokweshumi okubili ngenqama,

UNumeri 28:28

kanye nomnikelo wazo wempuphu , impuphu exovwe namafutha , okweshumi okuthathu ngaleyo naleyo nkunzi, nokweshumi okubili ngenqama inye,

UNumeri 29:14

kanye nomnikelo wazo wempuphu , impuphu ecolekileyo exovwe namafutha, okweshumi okuthathu ngaleyo naleyo nkunzi yezinkunzi eziyishumi nantathu, nokweshumi okubili ngaleyo naleyo nqama yezinqama ezimbili,

UNumeri 29:3

kanye nomnikelo wazo wempuphu, impuphu ecolekileyo exovwe namafutha, okweshumi okuthathu ngenkunzi, nokweshumi okubili ngenqama,

UNumeri 29:9

kanye nomnikelo wazo wempuphu, impuphu ecolekileyo exovwe namafutha, okweshumi okuthathu ngenkunzi, nokweshumi okubili ngenqama,

UNumeri 7:13

Umnikelo wakhe wawuluqwembe lwesiliva, isisindo salo singamashekeli ayikhulu namashumi amathathu , nokhamba lwesiliva olungamashekeli angamashumi ayisikhombisa ngokweshekeli lendlu engcwele, zombili zigcwele impuphu ecolekileyo exovwe namafutha , kube ngumnikelo wempuphu,

UNumeri 7:19

Wanikela kwaba ngumnikelo wakhe uqwe mbe lwesiliva , isisindo salo singamashekeli ayikhulu namashumi amathathu , nokhamba olungamashekeli angamashumi ayisikhombisa ngokweshekeli lendlu engcwele, zombili zigcwele impuphu ecolekileyo exovwe namafutha, kube ngumnikelo wempuphu,

UNumeri 7:25

Umnikelo wakhe wawuluqwembe lwesiliva, isisindo salo singamashekeli ayikhulu namashumi amathathu , nokhamba lwesiliva olungamashekeli angamashumi ayisikhombisa ngokweshekeli lendlu engcwele , zombili zigcwele impuphu ecolekileyo exovwe namafutha , kube ngumnikelo wempuphu,

UNumeri 7:31

Umnikelo wakhe wawuluqwembe lwesiliva, isisindo salo singamashekeli ayikhulu namashumi amathathu nokhamba lwesiliva olungamashekeli angamashumi ayisikhombisa ngokweshekeli lendlu engcwele , zombili zigcwele impuphu ecolekileyo exovwe namafutha , kube ngumnikelo wempuphu,

UNumeri 7:37

Umnikelo wakhe wawuluqwembe lwesiliva, isisindo salo singamashekeli ayikhulu namashumi amathathu , nokhamba lwesiliva olungamashekeli angamashumi ayisikhombisa ngokweshekeli lendlu engcwele , zombili zigcwele impuphu ecolekileyo exovwe namafutha , kube ngumnikelo wempuphu,

UNumeri 7:43

Umnikelo wakhe wawuluqwembe lwesiliva, isisindo salo singamashekeli ayikhulu namashumi amathathu , nokhamba lwesiliva olungamashekeli angamashumi ayisikhombisa ngokweshekeli lendlu engcwele , zombili zigcwele impuphu ecolekileyo exovwe namafutha, kube ngumnikel o wempuphu,

UNumeri 7:49

Umnikelo wakhe wawuluqwembe lwesiliva , isindo salo singamashekeli ayikhulu namashumi amathathu , nokhamba lwesiliva olungamashekeli angamashumi ayisikhombisa ngokweshekeli lendlu engcwele , zombili zigcwele impuphu ecolekileyo exovwe namafutha , kube ngumnikelo wempuphu,

UNumeri 7:55

Umnikelo wakhe wawuluqwembe lwesiliva, isisindo salo singamashekeli ayikhulu namashumi amathathu , nokhamba lwesiliva olungamashekeli angamashumi ayisikhombisa ngokweshekeli lendlu engcwele , zombili zigcwele impuphu ecolekileyo exo vwe namafutha , kube ngumnikelo wempuphu,

UNumeri 7:67

Umnikelo wakhe wawuluqwembe lwesiliva, isisindo salo singamashekeli ayikhulu namashumi amathathu , nokhamba lwesiliva olungamashekeli angamashumi ayisikhombisa ngokweshekeli lendlu engcwele , zombili zigcwele impuphu ecolekileyo exovwe namafutha , kube ngumnikelo wempuphu,

UNumeri 7:73

Umnikelo wakhe wawuluqwembe lwesiliva, isisindo salo singamashekeli ayikhulu namashumi amathathu , nokhamba lwesiliva olungamashekeli angamashumi ayisikhombisa ngokweshekeli lendlu engcwele , zombili zigcwele impuphu ecolekileyo exovwe namafutha , kube ngumni kelo wempuphu,

UNumeri 7:79

Umnikelo wakhe wawuluqwembe lwesiliva, isisindo salo singamashekeli ayikhulu namashumi amathathu , nokhamba lwesiliva olungamashekeli ayisikhombisa ngokweshekeli lendlu engcwele, zombili zigcwele impuphu ecolekileyo exovwe namafutha, kube ngumnikelo wempuphu,

UNumeri 8:8

Bathabathe iduna nomnikelo walo wempuphu, impuphu ecolekileyo exovwe namafutha; nelinye iduna uyakulithabatha libe ngumnikelo wesono.