Skip to Content

"intengo"

7 occurrences in ZUL

IzAga 6:26

Ngokuba intengo yowesifazan e oyisiphingi iyiqebelengwane lesinkwa, kepha umfazi womuntu uzingela umphefumulo onqabileyo.

U-Isaya 23:18

Intengo yalo nenzuzo yalo iyakuba ngcwele kuJehova ; ayiyikunqwabelwa, ilondolozwe, ngokuba intengo yalo iyakuba ngeyabahlala phambi kukaJehova, ukuze badle basuthe, babe nezingubo ezinhle.

UGenesise 31:15

Asibalwanga njengabofakazi na ? Ngokuba wathengisa ngathi , waqeda intengo yethu.

UJobe 28:15

Akunakuzuzwa ngegolide; intengo yakho ayinakulinganiswa nesiliva.

UJobe 28:18

Akunakukhulunywa ngekorali nangekristalu ; intengo yakho i phezu kwamarubi.

ULevitikusi 25:16

Ngobuningi beminyaka uyakwandisa intengo y alo nangobuncane beminyaka uyakunciphisa intengo yalo ; ngokuba uthengisa kuwe ngenani lezithelo.

ULevitikusi 25:51

Uma isasele iminyaka eminingi , njengayo uyakubuyisa intengo yokuhlengwa kwakhe emalini athengwa ngayo.