"kahananiya"
3 occurrences in ZUL
1 iziKronike 3:21
Amadodana kaHananiya: ngoPhelathiya, noJeshaya, namadodana kaRefaya, namadodana ka -Arinani, namadodana ka -Obadiya, namadodana kaShekaniya.
UJeremiya 36:12
wehlela endlini yenkosi ekamelweni lombhali ; bheka, kwakuhlezi khona zonke izikhulu , u-Elishama umbhali , noDelaya indodana kaShemaya , no- Elinathani indodana ka-Akibori, noGemariya indodana kaShafani, noSedekiya indodana kaHananiya, zonke izikhulu.
UJeremiya 37:13
Lapho esesangweni lakwaBenjamini , kwakukhona lapho inkosi yabalindi egama layo lalingu -Iriya indodana kaShelemiya kaHananiya ; yambamba uJeremiya umprofethi, yathi: Uyahlubukela kumaKaledi.