"kashemi"
6 occurrences in ZUL
1 iziKronike 1:17
Amadodana kaShemi: ngo-Elamu, no-Ashuri, no-Arpakishade, noLude, no- Aramu, no-Use, noHule, noGeteri, noMesheke.
UGenesise 10:22
Amadodana kaShemi: ngo-Elamu, no-Ashuri, no-Arapakishade, noLude, no- Aramu.
UGenesise 10:31
Laba babe ngamadodana kaShemi ngemindeni yawo nangezilimi zawo , emazweni awo nasezizweni zawo.
UGenesise 11:9
Ngalokho igama lawo lathiwa iBabele, ngokuba uJehova wasanganisa khona ulimi lomhlaba wonke; wabahlakazela emhlabeni wonke. Inzalo kaShemi
UGenesise 9:26
Wathi futhi : Ubusisiwe uJehova , uNkulunkulu kaShemi , uKhanani abe yisigqila sabo.
UGenesise 9:27
UNkulunkulu amandise uJafete, ahlale ematendeni kaShemi, uKhanani abe yisigqila sabo. Ukufa kukaNowa