Skip to Content

"kokunye"

9 occurrences in ZUL

1 iziKronike 9:33

Kepha abanye , abahlabeleli, izinhloko zezindlu zawoyise zamaLevi , babe semakamelweni bekhululekile kokunye , ngokuba babe semsebenzini wabo imini nobusuku.

KumaHeberu 10:33

kokunye ngokuba ngumbu kwane ngezinhlamba nangezimbandezeko , kokunye ngokuba ngabahlanganyeli nababephathwa kanjalo.

KwabaseRoma 15:15

Kepha nginilobele kokunye ngesibindi njengonikhumbuzayo futhi ngenxa yomusa engiwuphiwe nguNkulunkulu

NgokukaLuka 16:13

Akukho nceku engakhonza amakhosi amabili , ngokuba kokunye iyakuzonda enye , ithande enye , noma ibambelele kwenye , iyeyise enye . Ningeze nakhonza uNkulunkulu noMamona.

NgokukaLuka 3:20

wenezela nalokhu kokunye konke, wamvalela uJohane etilongweni.

ULevitikusi 5:4

Noma umuntu efunga ngamawala ngomlomo wakhe ukwenza okubi nokuba ukwenza okuhle , noma yikuphi umuntu angaphahluka ngakho ngesifungo , kumsithele, lapho esekwazi woba necala kokunye kwalokho.

ULevitikusi 5:5

Kuyakuthi lapho enecala kokunye kwalokho, avume lokho one ngakho,

UNumeri 6:21

Lowo ungumthetho womNaziri owenzile isithembiso nowomnikelo wakhe kuJehova ngenxa yobuNaziri bakhe , ngaphandle kokunye angaphumelela kukho; njengesithembiso sakhe asenzayo uyakwenza kanjalo njengomthetho wobuNaziri.

UmShumayeli 7:27

Bheka, nakhu engikufumene, uthi uMshumayeli: Ngibeka okunye kokunye ukuba ngithole indikimba yezindaba,