"kukakalebi"
4 occurrences in ZUL
UDuteronomi 1:36
ngaphandle kukaKalebi indodana kaJefune ; yena uyakulibona ; ngiyakumnika yena nabantwana bakhe izwe alinyatheleyo , ngokuba umlandele uJehova wakhe ngokupheleleyo.
UNumeri 14:30
abayikungena ngempela ezweni engaphakamisa ngalo isandla sami ukuthi bengiyakunakhisa kulo , ngaphandle kukaKalebi indodana kaJefune noJoshuwa indodana kaNuni.
UNumeri 26:65
Ngokuba uJehova wayeshilo ngabo wathi : Bayakufa nokufa ehlane . Akusalanga muntu kubo ngaphandle kukaKalebi indodana kaJefune noJoshuwa indodana kaNuni.
UNumeri 32:12
ngaphandle kukaKalebi i ndodana kaJefune , umKhenizi, noJoshuwa indodana kaNuni, ngokuba bamlandele uJehova ngokupheleleyo.