"kulinganiswa"
3 occurrences in ZUL
2 kwabaseKorinte 3:10
Ngokuba nalokho okwakhazimuliswayo kwakungenankazimulo , uma kulinganiswa nenkazimulo lena edluleleyo.
AbAhluleli 8:2
Wathi kubo: Ngenzeni mina, uma kulinganiswa nokwenu na ? Ukukhothoza kwabakwa-Efrayimi akukuhle yini kunokuvuna umvini kwama-Abiyezeri na?
AbAhluleli 8:3
UNkulunkulu unikele esandleni senu izikhulu zakwaMidiyani, o-Orebi noZebi; mina benginamandla okwenzani , uma kulinganiswa nokwenu , na? Kwase kubohla ukuthukuthela kwabo ngaye, eseshilo lokho. ISukoti nePhenuweli