Skip to Content

"kungakafiki"

6 occurrences in ZUL

KwabaseGalathiya 3:23

Kepha kungakafiki ukukholwa , sasigcinwa phansi komthetho , sivalelwe kuze kufike ukukholwa obekuzakwambulwa.

NgokukaMarku 13:7

Nxa nizwa izimpi namahemuhemu ezimpi , ningethuki; kumelwe ukuba kwenzeke, kepha ukuphela koba kungakafiki.

NgokukaMathewu 24:6

Niyakuzwa izimpi namahemuhemu ezimpi . Bhekani ningethuki , ngokuba kumelwe ukuba kwenzeke, kepha ukuphela koba kungakafiki.

U-Isaya 18:5

Ngokuba kungakafiki ukuvuna , nokukhahlela sekuphelile , nembali isiphenduka isithelo esivuthiweyo, uyakunquma amahlumela ngawocelemba, awasike amagatsha, awasuse.

U-Isaya 28:4

imbali ebunayo yobuhle bakhe obukhazimulayo , esenhloko yesigodi esivundileyo, ibe njengekhiwane elivuthiwe kungakafiki ukuvuna; olibonayo uyalibuka, aligwinye, lise sesandleni sakhe.

UGenesise 41:50

UJosefa wazalelwa amadodana amabili, kungakafiki mnyaka wendlala, amzalela wona u-Asenati indodakazi kaPotifera umpristi wase-Oni.