"kungase"
5 occurrences in ZUL
KwabaseRoma 5:7
ngokuba cishe kungenzeki ukuba umuntu afele olungileyo, kodwa mhlawumbe kungase kube khona ongaba nesibindi sokufela omuhle;
NgokukaJohane 1:46
UNathanayeli wathi kuye: Kungase kuvele okuhle eNazaretha na? UFiliphu wathi kuye: Woza ubone.
NgokukaLuka 22:23
Base beqala ukubuzana bodwa ukuthi kungase kube ngubani kubo ozakukwenza lokho.
U-Ezra 4:22
Xwayani ukuba ningayekethisi kulokho ; kungase kwande ukonakala , kulimaze amakhosi, na?
U-Ezra 7:23
Konke okusesimemezelweni sikaN kulunkulu wezulu makwenzelwe ngesineke indlu kaNkulunkulu wezulu , ngokuba kungase kube khona intukuthelo phezu kombuso wenkosi namadodana ayo na?