Skip to Content

"kungesiye"

5 occurrences in ZUL

1 kaJohane 2:22

Ngubani ongumqambimanga, uma kungesiye ophika ukuthi uJesu unguKristu na? Nguye ongumphikukristu ophika uYise neNdodana.

1 kaJohane 5:5

Ngubani onqoba izwe , uma kungesiye okholwa ukuthi uJesu uyiNdodana kaNkulunkulu na?

1 kwabaseKorinte 2:11

Ngokuba ngumuphi kubantu owazi okomuntu , uma kungesiye umoya womuntu okuye na ? Ngokunjalo nokukaNkulunkulu akwaziwa muntu , kuphela nguMoya kaNkulunkulu.

2 kwabaseKorinte 2:2

Ngokuba uma mina nginidabukisa , pho, ngubani ongithokozisayo , uma kungesiye odabukiswa yimi, na?

UJobe 9:24

Umhlaba unikezwe esandleni sababi ; uyasibekela ubuso babahluleli bawo ; uma kungesiye, pho, ngubani na?