"kwehlane"
8 occurrences in ZUL
Ngasempumalanga wakha kwaze kwaba sekuqaleni kwehlane elisuka emfuleni u-Ewufrathe, ngokuba izinkomo zabo zanda ezweni lakwaGileyadi.
AbaseZifi beza kuSawule eGibeya , bathi: UDavide akacashi yini entabeni yaseHakhila engaphambi kwehlane na?
USawule wamisa entabeni yaseHakhila engaphambi kwehlane ngasendleleni. Kepha uDavide wahlala ehlane, wabona ukuthi uSawule uyamlandela ehlane.
Yehlelani kubo kusasa ; bhekani, bayakukhuphuka ngommango waseSisi ; niyakubafumana ekugcineni kwesigodi ngaphambi kwehlane laseJeruweli.
Basuka eSukoti; baya bamisa e-Etamu eceleni kwehlane.
UMose wayalusa izimvu zikaJetiro umukhwe wakhe , umpristi wakwaMidiyani; waziqhuba izimvu , waya ngaphambili kwehlane , waze wafika entabeni kaNkulunkulu iHorebe.
Kwathi inkosi yase -Ayi ikubona lokho, ashesha avuka ekuseni amadoda omuzi, aphuma ukuhlasela u -Israyeli, yona nabantu bayo , endaweni enqunyiweyo ngaphambi kwehlane ; yayingazi n okho ukuthi babekhona abayiqamekeleyo ngasemva komuzi.
Basuka eSukoti, bamisa e-Etamu eliseceleni kwehlane.