Skip to Content

"kwemisebenzi"

10 occurrences in ZUL

AmaHubo 66:3

Yishoni kuNkulunkulu , nithi: Yeka ukwesabeka kwemisebenzi yakho . Ngenxa yobukhulu bamandla akh o izitha zak ho ziyakuzithoba phansi kwakho.

AmaHubo 8:6

Wamenza abe ngumbusi phezu kwemisebenzi yezandla zakho ; konke wakubeka phansi kwezinyawo zakhe:

EkaJakobe 2:18

Kepha omu nye uyakuthi : Wena unokukholwa , mina nginemisebenzi , ngibonise ukukholwa kwakho ngaphandle kwemisebenzi , nami ngizakukukhombisa ukukholwa ngemisebenzi yami.

EkaJakobe 2:20

Kepha wena muntu ongelutho uyathanda ukuqonda ukuthi ukukholwa ngaphandle kwemisebenzi kuyize na?

EkaJakobe 2:26

Ngokuba njengalokhu umzimba ngaphandle komoya ufile , kanjalo nokukholwa ngaphandle kwemisebenzi kufile.

IzAga 8:22

UJehova wangidala ngingukuqala kwendlela yakh e ngaphambi kwemisebenzi yamandulo.

KumaHeberu 2:7

Isikhashana wamenza waba mncinyane kunezingelosi ; wambeka umqhele wenkazimulo nodumo, wammisa phezu kwemisebenzi yezandla zakho, izinto zonke wazibeka phansi kwezinyawo zakhe.

KwabaseRoma 3:28

Ngakho-ke sithi u muntu ulungisiswa ngokukholwa ngaphandle kwemisebenzi yomthetho.

KwabaseRoma 4:6

njengalokhu noDavide esho ngokubusiswa komuntu uNkulunkulu ambalela ukulunga ngaphandle kwemisebenzi, ethi:

UJeremiya 44:22

UJehova wayengasenakuthwala okubi kwemisebenzi yenu nezinengiso zenu enizenzileyo; ngalokho izwe lakini seliyincithakalo , nesimangaliso, nesiqalekiso, kungekho owakhile kulo njenganamuhla.