Skip to Content

"kwendoda"

8 occurrences in ZUL

1 kuThimothewu 2:12

Kepha angimvumeli owesifazane ukuba afundise , nokuba abuse phezu kwendoda; kodwa makazithulele.

1 kwabaseKorinte 11:11

Nokho eNkosini owesifazane kalutho ngaphandle kwendoda , nendoda ayilutho ngaphandle kowesifazane,

AmaHubo 80:17

Isandla sakho masibe phezu kwendoda yesokunene sakho , phezu kwendodana yomuntu ozikhulisele yona;

UHezekeli 10:3

Amakherubi ayemi ngakwesokunene kwendlu ekungeneni kwendoda , ifu lagcwalisa igceke elingaphakathi.

UNumeri 30:16

Yilezo izimiso uJehova ayala ngazo uMose phakathi kwendoda nomkayo , naphakathi kukayise nendodakazi yakhe isentsha endlini kayise.

UNumeri 5:19

Umpristi amfungise , athi kowesifazane: Uma kungalalanga ndoda nawe , ungadukelanga ekungcoleni usephansi kwendoda yakho , mawukhululeke kulawa manzi ababayo aveza isiqalekiso;

UNumeri 5:20

kepha uma udukile usephansi kwendoda yakho , futhi ungcolisiwe, kulale nawe enye indoda ngaphandle kwendoda yakho,

UNumeri 5:29

Lowo ungumthetho wesikhwele, lapho umfazi esephansi kwendoda yakhe eduka, angcoliswe,