Skip to Content

"kwezinye"

5 occurrences in ZUL

2 kwabaseKorinte 11:28

ngaphandle kwezinye izinto ku khona okungicindezelayo imihla yonke : ukukhathalela onke amabandla.

NgokukaMarku 1:38

Wathi kubo : Masiye kwezinye izindawo emizaneni eseduze ukuba ngishumayele nakhona; ngokuba ngiphumele khona lokho.

U-Esteri 9:12

Inkosi yayisithi ku -Esteri inkosikazi : AbaJuda babulele bac hitha abantu abangamakhulu ayisihlanu eShushani endlini yenkosi namadodana ayishumi kaHamani; pho, benzeni kwezinye izifunda zenkosi ? Isicelo sakho siyini ? Uyakusenzelwa. Yini oyifunayo na? Kuyakwenziwa.

UGenesise 41:3

Nazo ezinye izithole eziyisikhombisa zenyuka emfuleni emva kwazo , zibukeka kabi, zondile; zema kwezinye izithole ogwini lomfula.

UJeremiya 52:20

Izinsika zombili, nolwandle olwalulunye nje, nezinkabi eziyishumi nambili zethusi ezaziphansi kwezinye , inkosi uSolomoni eyayikwenzele indlu kaJehova, ithusi lazo zonke lezi zinto lalingenakulinganiswa.