Skip to Content

"lingabe"

9 occurrences in ZUL

AmaHubo 83:4

Bathi: Wozani sibaqothule , bangabe besaba yisizwe , negama lika -Israyeli lingabe lisakhunjulwa.

IsAmbulo 18:21

Ingelosi enamandla yafukula itshe linjengelokusila elikhulu , yaliphonsa elwandle, yathi: Ngokunjalo iBabiloni umuzi omkhulu liyakuphonswa phansi ngamandla, lingabe lisafunyanwa.

U-Isaya 17:1

Isiprofetho ngeDamaseku. IDamaseku liyakususwa, lingabe lisaba ngumuzi, libe yinxiwa nencithakalo

UDuteronomi 11:17

intukuthelo kaJehova inivuthele , avale izulu , ukuze kungabikho mvula , izwe lingabe lisathela izithelo zalo, niphele masinyane ezweni elihle uJehova aninika lona.

UHezekeli 12:25

Ngokuba mina Jehova ngiyakukhuluma izwi engiyakulikhuluma , lenzeke, lingabe lisalitshazi swa, ngokuba ezinsukwini zenu nina ndlu ehlubukayo ngiyakukhuluma izwi, ngilenze, isho iNkosi uJehova.

UHezekeli 19:9

Zalifaka endlwaneni evaliweyo ngezingwegwe, zaliyisa enkosini yaseBabele, zalingenisa ezinqabeni ukuba izwi lalo lingabe lisezwakala ezintabeni zakwa - Israyeli.

UJeremiya 11:19

Kepha mina nganginjengewundlu eliyiswa ekuhlatshweni ; ngangingazi ukuthi bangicebela amacebo , bethi: Masiwuchithe umuthi kanye nezithelo zawo, simnqume ezweni labaphilayo, igama lakhe lingabe lisakhunjulwa.

UJeremiya 50:39

Ngalokho iz ilwane zasehlan e ziyakuhlala nezimpungushe, kuhlale khona nezintshe; alisayikuhlalwa kuze kube phakade , lingabe lisakhiwa izizukulwane ngezizukulwane.

UJeremiya 51:64

uthi: Kanjalo iBabele liyakushona , lingabe lisavuka ngenxa yokubi engiyakulehlisela khona, lidangale. Kuphela lapha amazwi kaJeremiya.