Skip to Content

"nakwabezizwe"

7 occurrences in ZUL

1 kwabaseKorinte 5:1

Kuyezwakala ngempela ukuthi kukhona ubufebe phakathi kwenu , futhi ubufebe bohlobo olungekho ngisho nakwabezizwe, okungukuthi omunye kini uya kumkayise.

IzEnzo 26:17

ngikophule esizweni nakwabezizwe engikuthumela kubo

IzEnzo 26:20

kodwa ngamemezela kuqala kwabaseDamaseku nakwabaseJerusalema , nakulo lonke izwe laseJudiya nakwabezizwe ukuba baphenduke, baguqukele kuNkulunkulu, benze imisebenzi efanele ukuphenduka.

IzEnzo 26:23

ukuthi uKristu nga ehlupheka nokuthi engowokuqala ekuvukeni kwabafileyo uzakumemezela ukukhanya kuso isizwe nakwabezizwe.

KwabaseRoma 1:14

Nginecala kumaGreki nakwabezizwe , kwabahlakaniphileyo nakwabangaqondiyo;

KwabaseRoma 9:24

thina asibizayo nathi, kungesikho kubaJuda kuphela kodwa nakwabezizwe?

NgokukaMathewu 10:18

Niyakuyiswa nangaphambi kwababusi namakhosi ngenxa yami , kube ngubufakazi kubo nakwabezizwe.