Skip to Content

"nedwala"

6 occurrences in ZUL

1 kaPetru 2:8

netshe lokuqhuzula , nedwala lokukhubekisa ; baqhuzuka bengalaleli izwi , okuyikhona bekumiselweyo;

AmaHubo 89:26

Uyakungibiza ngokuthi : U nguBaba, unguNkulunkulu wami nedwala lensindiso yami.

KwabaseRoma 9:33

njengalokho kulotshiwe ukuthi : Bheka, ngibeka eSiyoni itshe lokukhubekisa, nedwala lokuwisa, nokholwa yilo akayikujabha.

U-Isaya 8:14

Uyakuba ngokungcwele, futhi abe yitshe lokukhubekisa, nedwala lokuwisa kuzo izindlu zombili zakwa-Israyeli, abe lugibe nesihibe kwabakhileyo eJerusalema.

UJobe 18:4

Wena ozidwengula olakeni lwakho , umhlaba uyakushiywa ngenxa yakho , nedwala lisuswe endaweni yalo, na?

UJobe 29:6

lapho izinyathelo zami zagezwa ngamangqanga , nedwala elalingakimi langithelela imifula yamafutha.