"nehisopi"
6 occurrences in ZUL
Ngokuba isikhulunyiwe imiyalelo yonke ngokomthetho nguMose kubantu bonke, wayesethatha igazi lamathole nelezimbuzi kanye namanzi noboya obubomvu nehisopi, wafafaza incwadi nabantu bonke,
bheka, umpristi makayale ukuba oyakuhlanjululwa athathelwe izinyoni ezimbili ezihlambulukileyo nomsedari nendwangu ebomvu nehisopi,
Wothabatha, ukuba ahlambulukise indlu , izinyoni ezimbili nomsedari nendwangu ebomvu nehisopi,
athabathe umsedari nehisopi nendwangu ebomvu nenyoni ezwayo , akugcobhoze egazini lenyoni ehlatshiweyo nasemanzini agobhozayo , afafaze indlu kasikhombisa,
Inyoni ezwayo uyakuyithatha kanye nomsedari nendwangu ebomvu nehisopi, akugcobhoze kanye nenyoni ezwayo egazini lenyoni eyahlatshwa phezu kwamanzi agobhozayo,
umpristi uyakuthabatha umsedari , nehisopi, nendwangu ebomvu , akuphonse phakathi kokushayo kwesithole.