"netafula"
10 occurrences in ZUL
USolomoni wenza-ke zonke izinto ezazisendlini kaJehova: i-altare legolide, netafula legolide okwakukhona kulo izinkwa zokubukwa,
Ningesiphuze isitsha seNkosi kanye nesitsha samademoni ; ningelihlanganyele itafula leNkosi kanye netafula lamademoni.
Ake sixhume odongeni ikamelo phezulu , simbekele khona umbhede , netafula, nesihlalo, nothi lwesibani; kuyakuthi lapho eza kithi , aphambukele khona.
Base bengena phakathi kuHezekiya inkosi, bathi: Sihlambulule yonke indlu kaJehova, ne-altare leminikelo yokushiswa , kanye nazo zonke izinto zayo , netafula lezinkwa zokubukwa.
Ngokuba kwakhiwa itabernakele lokuqala okwakukhona kulo uthi lwezibani, netafula, nezinkwa zokubukwa, okuthiwa elingcwele;
ubeke itafula ngaphandle kwesihenqo , uthi lwezibani lubhekane netafula ohlangothini lwetabernakele olungaseningizimu , ubeke itafula ohlangothini lwasenyakatho.
netafula nezitsha zalo zonke , nothi lwezibani nezitsha zalo , ne-altare lempepho,
netafula nezitsha zalo, nothi oluhle lwezibani nezitsha zonke zalo , ne-altare lempepho,
Walubeka uthi lwezibani etendeni lokuhlangana malungana netafula ohlangothini lwetabernakele olungaseningizimu.
Okugcinwa yibo kuyakuba ngumphongolo, netafula, nothi lwezibani, nama- altare, nezimpahla zendlu engcwele abakhonza ngazo , neveli, nayo y onke inkonzo yalokho.