"nezinti"
14 occurrences in ZUL
nezinti zezibani zegolide elicwengekileyo eziyisihlanu ngakwesokunene neziyisihlanu ngakwesokhohlo phambi kwegumbi , nezimbali, nezibani, nezindlawu, ngegolide,
Ngokuba a makherubi ayewelula amaphiko awo phezu kwendawo yomphongolo, amakherubi asibekela umphongolo nezinti zawo ngaphezulu.
nezinti zezibani kanye nezibani zazo ukuba zivuthe njengomthetho phambi kwegumbi, ngegolide elicwengekileyo,
Ngokuba amakherubi awelula amaphiko awo phezu kwendawo yomphongolo, amakherubi asibekela umphongolo nezinti zawo ngaphezulu.
Labo bayiminqumo emibili nezinti zezibani ezimbili ezimi phambi kweNkosi yomhlaba.
Imfihlakalo yezinkanyezi eziyisikhombisa ozibonileyo esandleni sami sokunene, nezinti zezibani eziyisikhombisa zegolide yile : izinkanyezi eziyisikhombisa ziyizingelosi zamabandla ayisikhombisa , nezinti zezibani eziyisikhombisa zingamabandla ayisikhombisa.
umphongolo nezinti zawo, nesihlalo somusa, nesihenqo seveli;
itafula nezinti zalo nezitsha zonke zalo, nezinkwa zokubukwa;
ne-altare lempepho nezinti zalo , namafutha okugcoba , nempepho ethaphukayo, neveli lomnyango ngasemnyango wetabernakele;
i-altare lomnikelo wokushiswa nehele lal o lethusi , nezinti zalo , nezitsha zonke zalo, nomcengezi nesinqe sawo,
Wanameka amapulangwe ngegolide , wawenza amasongo awo ngegolide , abe yizindawo zezinti; wanameka nezinti ngegolide.
nomphongolo wobufakazi, nezinti zawo, nesihlalo somusa;
i-altare lethusi , nehele lalo lethusi , nezinti zalo , nezinto zonke zalo , nomcengezi nesinqe sawo;
Izindebe, nemicengezi yomlilo , nezitsha, namakhanzi, nezinti zezibani , nezinkezo, nezinkamba, okwegolide lodwa nesiliva lodwa , nalokho induna yabalindi yakuthatha.