"ngabezizwe"
6 occurrences in ZUL
Ngokuba isikhathi esidlulileyo sasanele ukwenza okuth andwa ngabezizwe ngokuhamba ngamanyala , nangezinkanuko, nangokudakwa, nangokuminza, nangokuxokozela, nangokukhonza izithombe okuyichilo.
Kodwa ngithi : Lokho okuhlatshwa ngabezizwe bakuhlabela amademoni , kabakuhlabeli uNkulunkulu . Kepha angithandi ukuba nibe nenhlanganyelo namademoni.
Bhekani nina zideleli, nimangale, ninyamalale, ngokuba mina ngisebenza umsebenzi emihleni yenu , umsebenzi eningayikukholwa yiwo , nakuba umuntu enilandisa ngawo. Izwi lamukelwa ngabezizwe, liphikwa ngabaJuda
Ngokuba konke lokho kufunwa ngabezizwe bomhlaba , kepha uYihlo uyazi ukuthi niyakudinga lokho.
Bayakuwa bedliwa yinkemba , bathunjelwe ezizweni zonke ; iJerusalema liyakunyathelwa phansi ngabezizwe, kuze kugcwaliseke izikhathi zabezizwe.
Ngathi futhi : Akukuhle enikwenzayo ; beningehambe yini ngokwesaba uNkulunkulu wethu ngenxa yokuthukwa kwethu ngabezizwe , izitha zethu, na?