"ngemithi"
7 occurrences in ZUL
Wakhuluma ngemithi kusukela kuwo umsedari oseLebanoni kuze kube kulo ihisopi elimila odongeni ; wakhuluma nangezinkomo , nangezinyoni, nangezilwanyana ezinwabuzelayo, nangezinhlanzi.
Wakha izimpondo zangasendlini yonke , yilolo nalolo lwaba y izingalo eziyisihlanu ukuphakama kwalo; zanamathela endlini ngemithi yemisedari.
Inkosi uSolomoni izenzele uhlaka ngemithi yaseLebanoni.
UJosefa wayala izinceku zakhe izinyanga ukuba zimgqumise uyise ngemithi; izinyanga zamgqumisa-ke u-Israyeli ngemithi.
Wayesefa uJosefa eneminyaka eyikhulu neshumi ; bamgqumisa ngemithi , wafakwa ebhokisini eGibithe.
Zaphelela izinsuku zakhe ezingamashumi amane, ngokuba ziphelela kanjalo izinsuku zokugqumisa ngemithi ; abaseGibithe bamkhalela izinsuku ezingamashumi ayisikhombisa.
Yakha umkhumbi ngemithi yegofere , wenze amakamelo emkhunjini , uwuhuqe ngaphakathi nangaphandle ngekolitayi.