"ngesambatho"
3 occurrences in ZUL
AmaHubo 22:18
Babelana izingubo zami, benzelana inkatho ngesambatho sami.
NgokukaJohane 19:24
Ngakho-ke akhuluma odwa, athi: Asingalidabuli, kodwa asilenzele inkatho yokuthi liyakuba ngelikabani , ukuze kugcwaliseke umbhalo othi : Babelana izingubo zami , benzelana inkatho ngesambatho sami . Lokho-ke akwenza amabutho.
U-Isaya 61:10
Ngiyathokoza nokuthokoza ngoJehova , umphefumulo wami wenama ngoNkulunkulu wami , ngokuba ungembathisile izingubo zensindiso , wangisibekela ngesambatho sokulunga, njengomyeni efaka iqhele ngokompristi, nanjengomakoti ezihlobisa ngezimvunulo zakhe.